Umfana, 16, utalabha isoka likanina

2017-06-08 07:04

Gokwe - Ibhungu elineminyaka engu-16 ubudala lihlezi lingenela isoka likamama ngesibhaxu njalo uma lizozijabulisa ngocansi nonina phakathi nobusuku.

UGuest Muchena waseTakavata Village eGokwe uhlale eshaya uMoses Dlamini njalo uma efika.

UMuchena ekhuluma nabezindaba iH-Metro uthe, "UDlamini washaya ubaba uJonathan Muchena, 43, wenaba eminyakeni emithathu eyedlule ngaphambi kokumphoqa ukuthi adivose nomama wami.

"Ngangisemncane ngesikhathi eqala ukuvakasha ekhaya, kwesinye isikhathi afike ashaye umama wami kanye nezingane zasekhaya ezincane kunami.

OLUNYE UDABA:Usabise ngokuzibulala unesi oxoshiwe

"Ngazama ukukhuluma nezihlobo ngodaba lokuhlukunyezwa kodwa bahluleka ukuxazulula.

"Ngaze ngagcina sengimshaya njalo uma ngibona ubuso bakhe emzini kababa.

"Ngigcina wangisabisa ngokungigenca ngembazo uma ngiqhubeka nokumxosha, kodwa angimesabi.

Umama uShamiso Mbano, 33, uthe, umyeni wakhe wabaleka emzini wakhe ngenxa yokushaywa nokusongelwa.

"Ngisamthanda umyeni wami uJonathan. UDlamini yisoka nje elingatheni.

"Indodana yami yaqala ukushaya uDlamini ngemuva kokumbona engishaya, yamutshela ukuthi ayisafuni ukuphinde imbone emagcekeni," usho njalo.

I-H-Mtero ikhulume noDlamini ngodaba wathi: "Yebo ngoyamazi uGuest, uyindodana yentombi yami kodwa asikaze sihlangane nakanye. Yimi onakekelea umndeni wabo.

"Yimi owabakhela umuzi; njengamanje ngikhokhela amadodakazi amabili aMbano esikoleni," usho njalo.

 - Bulawayo24

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.