Umfana, 4, ushonile kwalimala nonina beshayiswa obeshayela ebudlonyile

2018-05-01 11:30

eKapa -  Umfana oneminyaka emine ubudala ushonile, ngemuva kokuba eshayiswe yimoto ngoMsombuluko ewela uN2 eBrackenhill, ngaseKnysna.

Lo mfana ubephethwe ngumama wakhe ngesikhathi beshayiswa yimoto,"kusho uKenny Africa oyisikhulu sezomgwaqo eWestern Cape.

Laba bebeqeda ukudilika etekisini ngesikhathi bevelelwa yile ngozi.

OLUNYE UDABA:Lihlaselwe ngamatshe ibhasi ebelithwele izivakashi eKapa

"Lo mama ulimale kabi kule ngozi kanti ubesalekelwa ngabosizo lokuqala ngesikhathi sithola lombiko,"kusho u-Africa.

Kutholakale ukuthi umshayeli wemoto ubephuze ngokweqeli futhi waboshwa ngaleso sikhathi.

Kuvalwe ingxenye yalo mgwaqo njengoba abezimo eziphuthumayo bebesasebenza.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.