Umfana omncane weChiefs uchaza ngomdlalo wabo neDowns

2017-10-18 09:30

Johannesburg - Umdlali wasemuva weKaizer Chiefs uSiyabonga Ngezana uthi uSteve Komphela umtshele ukuthi kumele ehlise umoya ngaphambi komdlalo wakhe wokuqala bebhekene neMamelodi Sundowns.

Lo mdlali oneminyaka engu-19 ubudala udlale imizuzu engu-90, washaya negoli lokuqala kulo mdlalo ngesikhathi iChiefs yehlula iDowns ngo-2-1 ngoLwesibili ebusuku.

UNgezana, ophinde waqokwa njengomdlali ovelele, uthi ngeke ajahe izinto.

OLUNYE UDABA: OweChiefs ulindeleke umdlalo osezingeni neDowns

"Angijahe lutho. Umdlalo nomdlalo usho ukusebenza ngokuzikhandla. Kumele ngibonge nozakwethu,” kusho uNgezana kwi-SuperSport TV.

"[UKomphela] uthe kumele ngehlise umoya, ngidlale ibhola. Indlela ebengisefomini ngayo, kumele ngiqhubeke nayo, ngishayele nekilabhu amagoli.

"Uthe, asizona izimpendulo zekilabhu, kodwa siyisixazululo njengabafana abancane, ngakho kuzomele siqhubeke, sisize ikilabhu. Wonke amaphuzu abalulekile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.