Umfana,10, ubulawe yiloli e-E Cape

2017-10-09 11:03

Port Elizabeth – Kushone ingane yomfana eneminyaka eyishumi ubudala ngemuva kokushayiswa yiloli KwaNobuhle, e-Eastern Cape, kusho amaphoyisa ngeSonto.

"Kuthiwa iloli belisebenza kuFirst Avenue, KwaNobuhle, ngesikhathi [umfana] ekotela kulona, kanti uzoshelela labe selimshayisa,” kusho uSergeant Majola Nkohli esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kushone umdlali engozini yomgwaqo

Umfana kuqinisekiwe khona endaweni yesigameko ukuthi ushonile.

Kuvulwe icala lokubulala ngokungenhloso.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.