Umfanyana ushonile ngemuva kokulunywa yinja yakubo

2016-08-17 13:31

Cape Town – Umfanyana oneminyaka emine ubudala ushonile ngemuva kokuhlaselwa yinja yakubo e-Oudtshoorn, eWestern Cape.

Lesi sigameko kuthiwa senzeke ngempelasonto.

Okhulumela amaphoyisa uMalcolm Poje uthe le ngane ishonele esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Usizi ingane, 3, ibulawa yinja eMlazi

"Ngingaqinisekisa ukuthi kunecala elivuliwe ngokufa komuntu mayelana nesigameko esenzeke e-Oudtshoorn, lapho ingane ilunywe khona yinja.

“Ibe isiphuthunyiswa esibhedlela ilimele kabi ebusweni nasekhanda. Ngebhadi ibe isiyashona ngokuhamba kwesikhathi.”

Kuthiwa le nja ibulelwe ngemuva kwalesi sigameko.            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.