Umfelokazi usola uDJ ngokumqola imali yakhe

2016-07-19 19:01

Johannesburg - UJoyce Makibelo waseClayville eKurhuleni usola uKatlego Mabusela ngokumqola imali yakhe ayeyonga ngetulo lokumdayisela impahla yasendlini angakaze ayithole kusukela ngomhlaka 1 Juni ngonyaka odlule.

UMakibelo, 47, owahlanganiswa wumngani wakhe nalo DJ lapho lo DJ amtshela khona ukuthi akatshale imali engango-R100 000 kwebhizinisi lefenisha elizomubuyisela inzalo ka-R300 000.

OLUNYE UDABA:INkosana yakwaZulu ikhala ngeqola elicela abantu imali

“UKatlego wangitshela ukuthi udingaimali engango-R200 000 kuleli bhizinisi kanti usemtholile omunye umuntu wesimame ozolanda impahla yasendlini ezweni laseChina,” kusho uMakibelo.

Lo mama uthi wabona emaphepheni ngoNovemba odlule ngesikhathi lo-DJ ekhala ngokuqolwa owesimame imali engu-R100 000.

“Ngabona lapho ukuthi ubengenayo i-R200 000 wasebenzisa imali yami kuphela ukunikeza lo wesimame okwakumele ayothenga ifenisha, kubika iSunday World.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.