Umfowabo kamengameli uthi ngeke amvotele

2016-07-26 16:00

Lagos - Umfowabo kaMengameli waseMelika uBarack Obama, uMalik Obama, uthi uzovotela lowo omele amaRepublican, uDonald Trump, okhethweni lwaseMelika lukaNovemba.

Uthe uyamthanda uTrump, kanti akajabule ngobuholi bukamfowabo.

UMalik utshele izindaba zeReuters ngocingo eseKenya ukuthi uyahambisana nemigomo kaTrump, ikakhulukazi njengoba ibheke kakhulu ezokuphepha.

OLUNYE UDABA: U-Obama ugxeke ukubulawa kwamaphoyisa

"Imibono yakhe iyangiheha, ngicabanga ukuthi uTrump uzithobile futhi konke akushoyo kusuka ekujuleni kwenhliziyo, akazami ukuthenga amehlo abantu," esho.

UMalik uveze ukuthi akayithandi indlela umfowabo aphethe ngayo izwe njengoba esemandleni, wathi maningi amaphutha awenzile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.