Umfundi usindise owesimame evalelekile emotweni ngenxa yezikhukhula

2016-07-26 20:30

Durban - Umfundi webanga 11 usindise impilo yowesimame obevaleleke emotweni, kubika iCitizen.

Lo mama imoto yakhe ibibhajwe ngase-La Lucia ngenxa yezikhukhula.

OLUNYE UDABA:Isimame asazi lutho ngokuhlela umndeni - Umbiko

Umndeni walo mama usuphume umkhankaso wokufuna lo mfundi osize lomama.

Kubhalwe enkundleni u-Facebook ukuthi kunengilosi esize uShakila Singh  obekasendleleni elanda isihlobo ngesikhathi imoto yakhe ibhajwa.

Akuphelanga nemizuzu etheni yabe isimbozwa izikhukhula,ifike lapho ingelosi yamkhipha emotweni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.