Umfundi wakaGrade R uwe washona edlala esikoleni

2017-02-01 13:01

Johannesburg - Umfundi owenza uGrade R  e-Al-Asr Educational Institute eLaudium, ePitoli, ushonile ngemuva kwengozi emehlele edlala.

U-Iyaad Noormohamed, 6, ubedlala nezinye izingane ngesikhathi eshibilika wase eyawa kushununuzwa.

Ngokwemibiko ye-Rekord Centurion uthishanhloko uthe lokhu kwenzeke ngekhefu lasekuseni ngo-10:30.

OLUNYE UDABA:Usagcwele amathafa umfundi osolwa ngokugwaza uthisha eMnambithi

“Ikilasi likaGrade R beliphumile ngekhefu kukhona nothisha obeliqaphile. Ngesikhathi ewa uthisha uphuthume kuyena ezama ukumsiza. Umthole equlekile kodwa amehlo avulekile engakhulumi.”

Isikole sibize abe-Netcare911 abafike bazama ukuhlenga impilo yengane ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela i-Unitas.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.