Umfundi wase-UFS uboshelwe elokunukubeza ngokocansi

2017-11-06 14:00

Bloemfontein - Umfundi waseNyuvesi yaseFree State ubhekene necala lokunukubeza omunye umfundi ngokocansi.

Lokhu kwenzeke endaweni ehlala abafundi kule nyuvesi ngempelasonto.

Isitatimende esikhishwe yinyuvesi sithi kukholakala ukuthi lesi sigameko senzeke ngoMgqibelo ngomhlaka-4 kwephezulu.

"Kuthathwe zonke izinyathelo zokwelapha ngokwengqondo nangokomoya lo mfundi onukubeziwe ohlala ngaphakathi kule ndawo," kusho inyuvesi.

Le nyuvesi iveze nokuthi yenza uphenyo lwangaphakathi kanti futhi izothatha izinyathelo ezifanelekile.

OLUNYE UDABA:Ziyikhalele indoda eyazama ukudlwengula isangoma emgidweni

Kwesinye isigameko eMelika, amaphoyisa ophiko lwe-NYPD aphenya izinsolo zokuthi oyisikhulu esidulime kwezamafilimu uHarvey Weinstein wadlwengula umlingisi.

Amaphoyisa athi lesi sikhulu samafilimu besizoboshwa ukuba lezi zinsolo zisanda kwenzeka futhi ubekhona kuleliya lizwe.

Isikhulu sabaseshi uRobert Boyce uthi bapheke ngemibuzo uPaz de la Huerta ngemuva kokuthi ephumele obala ngezinsolo zokuthi uWeinstein wamdlwengula kabili efulethini lakhe ngo-2010.

UBoyce uthi abaphenyi bathole ukuthi izinsolo ezenziwe yilo mlingisi owayedlala kuBoardwalk Empire ziyakholakala futhi babili abantu abangamfakazela. Sebekhiphe incwadi egunyaza ukuthi abantu baphumele obala nolwazi mayelana naleli cala.

"Uma umsolwa esekhona lapha eNew York futhi lokhu bekusanda kwenzeka, sinelungelo lokumbopha ngaphandle kokungabaza," kusho uBoyce.

Uthi inkinga leli cala lineminyaka engu-7 lenzeka kanti kumele kuqoqwe ubufakazi kuqala ngaphambi kokuba babophe umsolwa.



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.