Umfundisi nomfowabo ecaleni lokudlwengula

2016-07-15 20:31

Lagos – Umfundisi waseNigeria nomfowabo, abahola ibandla iChrist Freedom Ministries International, eZambia, baboshiwe ngezinsolo zokudlwengula ingane, kusho umbiko weThe Daily Post.

Umfundisi, u-Andrew Ejimadu, nomfowabo uCleopas, abangabasunguli baleli bandla, babhekene namacala okudlwengula intombazane esencane ngokweminyaka.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe udokotela ngelokudlwengula isiguli

Ngokusho kombiko wePulse, okhulumela amaphoyisa aseNigeria uHamoonga Rae uthe laba bazobhekana nengalo yomthetho.

"Sithanda ukuqinisekisa ukuthi kuboshwe izelamani ezimbili ngezinsolo zokudlwengula intombazane. Baboshwe amaphoyisa aseZambia,” kucashunwa uRae esho.

Kuthiwa lesi sigameko senzeka phakathi kukaJanuwari 2015 noDisemba 2015.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.