Umfundisi wodumo eThekwini ubize i-EFF ngosikhetheni

2016-08-01 12:30

Johannesburg - Umfundisi waseThekwini, uVusi Dube, uzithintele eqenjini le-EFF ngesikhathi elibiza ngosikhetheni bama-overall abomvu, kubika iphephandaba ILANGA.

Umfundisi Dube webandla i-EThekwini Community Church (ECC), oyilungu le–ANC esiShayamthetho saKwaZulu-Natal, ubephethe uhlelo emcimbini wokukhulekela ukhetho olunokuthula KwaDukuza.

Lo mfundisi ukhwele wadilika kwi-EFF esho nokuthi ayazi lutho ngomzabalazo.

Funda nalolu daba: Ugwqaze wabulala indodakazi ngoba inesikhwele

Uthe yena uyilo mfundisi ongalifihli ivoti lakhe, futhi okwezepolitiki.

“Abantu abangadukiswa yilaba abafake ama-overlla abomvu abangoskhotheni. Angifani nabanye abefundisi mina, angifihli ukuthi ngizovotelani. Ngeke ngiphathwe abantu abangomafikizolo, leli zwe sililwele kanzima, ngeke sivume ukuthi abantu bachanase noma kanjani.

Iphephandaba likhulume noVusi Khoza oyilungu le-EFF esiShayamthetho, othe uDube ungumfundisi mbumbulu olandela ibhodwe eliconsayo aphinde asebenzise ubufundisi bakhe ukukhankasela i-ANC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.