Umgadli uyaxolisa kubalandeli ngokungaziphathi kahle

2016-05-17 16:04

Johannesburg – Umgadli we-Orlando Pirates uThamsanqa Gabuza uxolisile kubalandeli baleli qembu ngendlela enzengayo kumdlalo wabo ne-Free State Stars ngempelasonto.

UGabuza ushaye into ethule ngesikhathi eqeda kungena enkundleni, wase esezithola esengena emabhukwini kanompempe ngokungaziphathi kahle.

Lo mdlali oneminyaka engu-28 ubudala ugxekwe kakhulu ngabalandeli ngokuphuthelwa amathuba amaningi okushaya inqaku, kodwa bamukela ukuthi ukuziphatha kwakhe akuyona into ebeyihlosile.

OLUNYE UDABA:UTinkler angaqeqesha nomayiliphi iqembu kuPSL - Gabuza

UGabuza ubhale kwiwebhusayithi yaleli qembu ukuthi: “Ngiyazi engikwenzile akulungile. Ngikwenziswe ukucasuka ngakhohlwa yinto ebalulekile, ukuphakamisa igama le-Orlando Pirates nabalandeli bethu.

“Ngicabanga ukuthi unompempe wenze okufanelekile ngoba belingifanele ikhadi eliphuzi. Ngiyabahlonipha abalandeni bethu futhi bekufanele ngiziphathe kangcono kunalokhu engikwenzile,”kusho yena.

-Kickoff

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.