Umgcinimafa we-NFP uphika izinsolo zokungakhokhi

2016-07-18 16:02

Durban - Usekubhaceni umngcinimafa we-NFP uXolani Ndlovu kulandela izehlakalo ezisanda kuvela njengoba lenhlangano ingayikhokhile imali yokungenela ukhetho.

UNdlovu ingamanga indaba yokuthi imali ayizange ikhokhwe ngoba waphambanisa izinsuku zokukhokha, kodwa uthi wayengaphansi kwengcindezi.

Uthi wayesatshiswa, esongelwa futhi ethengelwe nezinkabi ukuba zimbulale. Uthi lokhu kwakwenziwa abantu aba akazange ayikhokhe imali yokungenela ukhetho.

OLUNYE UDABA:I-NFP iphika eyokuthi ngeke ibe yingxenye yokhetho

"Akulona neze iqiniso ukuthi ngabaleka ngoba ngaphambanisa izinsuku zokukhokha, nokho ngiyavuma ukuthi iphutha lenzeka ngoba yayikhona imali.

"Ngangingaphansi kwengcindezi ngoba ngesikhathi ngihlela imininingwane okumele iye kwi-IEC ngangisatshiswa ngaze ngathengelwa izinkabi kathathu, akugcinanga lapho kodwa kwakokotelwa nokusayina kwami ukuze kufakwe uSbongile Mkabayi Dlamini kumasipala waseMzinyathi,"kusho uNdlovu kwisitatimende esithunyelwe kwiSOLEZWE.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.