Umholi womphakathi, 50, ukhulelise intombazane, 15

2016-07-27 08:30

Cape Town - Uboshelwe izinsolo zokudlwengula nokukhulelisa intombazane eneminyaka engu-15 ubudala umholi womphakathi waseCape Flats oneminyaka engu-50 ubudala.

Le ntombazane isinezinyanga ezingu-6 ikhulelwe selokhu kwaboshwa le ndoda emasontweni amabili adlule igcinwe endaweni ephephile.

OLUNYE UDABA: I-SPCA ibavulele icala abafana abaziqopha bebulala inja

Lo mholi womphakathi uWilliam "Rasta" Lewis uvele enkantolo yeMantshi yaseMuizenberg ngomhlaka-19 Julayi.

Kusolwa ukuthi ubesenobudlelwano beminyaka emibili nale ntombazane eyenza uGrade 7 esikoleni.

Intombi yalo mholi ahlalisana nayo namalungu omphakathi athi umama wentombazane ubazi ngalobu budlelwano.

Kodwa ngoMsombuluko lo mama, 40, ukuphikisile lohko wathi ubemethemba uLewis ngezingane zakhe ezingu-6.

"Njalo uma nginenkinga emphakathini noma ekhaya ngangibiza yena," kusho lo mama esthela iDaily Voice.

"Kwesinye isikhathi ubengisize ngezimali kanti manje abantu bangisola ngokudayisa indodakazi yami kodwa lokho akusilo iqiniso.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.