UMkaSiphiwe Tshabalala uphoxe umlandeli obegxeka ingubo yakhe

2016-11-16 18:00

Johannesburg  - Osaziwayo baphume ngobuningi babo behambela umshado omhlophe womdlali webhola uKagisho Dikgacoi ngempelasonto.

UBokang kanye nomyeni wakhe uSiphiwe Shabalala nabo bebekhona bebahle beconsa, kubika iTimeslive.

Akungatshazwa ukuthi baningi abantu abancome lezi zithandani ngendlela abebebahle ngayo kodwa yize kunjalo kukhona umlandeli oyedwa obenamagama amuncwana.

OLUNYE UDABA:Kuzungeza athi uHeavy K uthembise intombi umshado

"Ngeke ngiphinde ngimbize ngomngani uBokang, ubonise ukukhulu ukungahloniphi ngokugqoka ingubo emhlophe emshadweni. Okubi kakhulu wukuthi le ngubo yakhe ifana nse nengubo yomshado,” kusho umlandeli wale ntokazi ngemuva kokuthi efake isithombe sakhe nabashadikazi.

UBokang akazange achithe sikhathi ngokuphendula umbhalo walo mlandeli wakhe.

“Kuyabonakala ukuthi awuthokozile neze ngempilo yakho ukuthi ungavuka ekuseni kangaka ukhulume kabi ngale ndlela ngomunye umuntu. Into oyishoyi ibonisa ubuwena hhayi ukuthi mina ngingumuntu onjani. Ungaqhubeka ngokufafaza obubi kodwa hhayi ekhasini lami,” kuphendula le ntokazi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.