UMkhwebane usevule icala ngokuputshuka kombiko

2017-01-18 10:01

Johannesburg – UMvikeli woMphakathi uBusisiwe Mkhwebane usevule icala ngokuputshuka kombiko wesikhashana othinta i-Absa.

Umbiko othinta ibhange lakwa-Absa ekutakulweni uhulumeni wobandlululo ngezigidigidi zamarandi uputshuke ngeledlule.

Lo mbiko ukhuluma ngendlela leli bhange elahlomula ngayo ngokunikwa izimali nguhulumeni ngesikhathi sekuphela ubandlululo ngama-90s.

Izincomo zombiko zithi ibhange kumele likhokhe imali engu-R2.2 billion elayithola kuhulumeni.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umfana ngokushiswa kwesikole

Okhulumela uMvikeli woMphakathi u-Oupa Segalwe uthi uMkhwebane ufuna amaphoyisa aphenye ukuthi uputshuke kanjani umbiko.

"Ukuputshuka kwemibiko kanjena kulimaza igama leHhovisi loMvikeli woMphakathi.”

UMadonsela ngesikhathi ekhuluma esithangamini eKapa ngoMsombuluko uthe nakuba aluphothula uphenyo ngalolu daba, akazange awusayine umbiko.

- EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.