Umlingisi emkhankasweni wokukhuthaza intsha

2016-05-15 11:00

Johannesburg - Isiphalaphala somlingisi u-Omuhle Gela sikholwa wukuthi intsha kufanele ikhulume, ikhulume ngezinkinga zomphakathi ngaphandle kokungabaza.

Lo mlingisi odlala indawo ka-Andile Simelane ku-e.tv Umlilo utshele iphephandaba iSunday Sun ukuthi intsha kufanele ikhulume izwakale uma kuza ezintweni ezithinta yona.

OLUNYE UDABA: Uchitha amahlebezi okujola noshadile owakumabonakude

U-Omuhle ungomunye wabagqugquzeli emkhankasweni weSprite 15 Seconds of Refreshing Truth ozohambela kulo lonke leli.

Inhloso yalo mkhankaso ukunika intsha ithuba lokuzibonakalisa.

U-Omuhle oseke wadlala nakuMuvhango ku-SABC2 edlala indawo kaBusi uthe: " Ngingomunye wabagqugquzeli balo mkhankaso. Ngizobe ngikhuthaza intsha ukuthi izikhulumele ingabinawo amahloni ngokuzazi nokuthi ingani.

Lo mkhaknaso ubuseDurban University of Technology ngomhlaka-10 kanti olandelayo uzoba ngomhlaka-24 eTshwane University of Technology ngezithuba zabo-10:00 ekuseni.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.