Umlingisi omusha we-Generations usolwa ngokungayondli ingane

2016-04-28 11:30

Johannesburg -  UNicholas Mkhabela odlala indawo yephoyisa elingumseshi uZondo kuthiwa uyahluleka ukukhokhela ingane.

Owesimame ohlala ePitoli ongeke adalulwe ngenxa yecala eliqhubekayo uthi waqala ukuthandana nalo mlingisi ngo-2002 wakhulelwa ngemuva kwezinyanga eziyisithupha.

“Uyaphika ukuthi ingane eyakhe futhi akafuni nokuyohlola ukuze kuqinisekiswe ukuthi ingane eyakhe noma cha,” kusho lo wesimame.

Ngesikhathi abezindaba bekhuluma nalo mlingisi, uqale waphika ukuthi uyamazi lo wesimame ethi wazi omunye ongumama wengane yakhe.

OLUNYE UDABA:Omunye futhi umlingisi oshiya iGenerations

“Ithi uyadlala, ngiyamazi umama wengane yami. Edinisweni angimazi lo enikhuluma ngaye. Yebo kona ngihlala ePitoli futhi ngineminyaka engu-14 ngihlala lapha, akukho muntu oseke wafika kimi wathi ukhulelwe,” kusho yena.

Ubuye washintsha ushuni lo mlingisi wathi uzozizela mathupha emahhovisi eSunday-World azoveza olwakhe uhlangothi: “Ngilingisa uma ngibiziwe kuphela ngakhoke angiholi imali engako Lo wesimame uzama ukudicilela phansi igama lami kanye nomsebenzi wami.

“Uma abaphathi bami bengathi izindaba zokugcwala emaphepheni azizinhle, bangangixosha nokungixosha emsebenzini.” 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.