Umlingisi useyishiye phansi iGenerations The Legacy

2017-01-18 18:00

Johannesburg - UMahlatse Lekota odlala indawo kaXolelwa ohlelweni oluyintandokazi i-Generations: The Legacy usebeka phansi izintambo.

Lokhu kuvele ngesitatimende esikhishwe ilolu hlelo lapho become indlela abeziphethe ngayo emzebenzini.

“Abalingisi kanye nabasebenzi bazomkhumbula uMahlatsi ngokuzimisela kwakhe uma esebenza futhi siyakholwa ukuthi uzokhula adlondlobale njengomlingisi.”

OLUNYE UDABA:Uqopha noma esagula umlingisi weSibaya

Kulesi sitatimende ubuye wanconywa kakhulu uMahlatsi ngendlela asebenza ngayo ngodaba lokuqwashisa ngokushushumbiswa kwabantu.

Kuthiwa uMahlatsi usathatha ikhefu kwezokulingisa ngoba efuna ukubhekana nezifundo zakhe, kubika iDaily Sun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.