Umlingisi usolwa ngokugaklaza umkakhe obemubuza ngesidakwa

2016-08-01 16:02

Durban - Umlingisi uTumisho Masha usolwa ngokushaya umkakhe uZozibini ngemuva kokuthi afafaze amahlebezi wokuthi uyisidakwa esidla izidakamizwa futhi akayena ubaba oqotho.

Kuthiwa uMasha wakhahlela umkakhe esiswini wamshaya nangempama emdonsa ngezinwele emshaya emthuka ethi uyiseqamgwaqo.

OLUNYE UDABA:Umlingisi uthi useyekile ukuthatha ama-ARV

Konke lokhu kwenzeke emzini wabo oseDainfern eGoli. Lo mlingisi kuthiwa uphahlaze nocingo lo mkakhe ngesikhathi ezama ukushayela amaphoyisa.

“Yebo ngiyavuma ukuthi sinezinkinga nomkami kodwa angizange ngimubeke isandla umkami,”kusho uTumisho.

UMasha uthi izinkinga zaqala besemcimbi womngani lapho umkakhe watshela omunye wabangani bakhe asondelene nabo kakhulu ukuthi uyisidakwa sikababa futhi udla izidakamizwa, kubika iSunday World.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.