Pretoria - Le
ntokazi eyayimfivilithi yabaningi yaphuma indawo yesibili kumncintiswano
wama-idols, kubika iDurm.
UMmatema
ungowokuqala ukuhlela ikhonsathi eyedwa eState Theatre kubo bonke abantu abake
baba ingxenye yama-idols.
OLUNYE UDABA:Bagxeke uMmatema ngendlela abegqoke ngayo
“Ngibonga kakhulu
ngaleli thuba lokuphila iphupho lami ngenxa yenu,”kusho yena phambi kokuba
avule ikhonsathi yakhe.
Uqhubeke wathi
ubonga ithimba lakhe kanye nabaxhasi abamsizili ukuba ahlanganise lekhonsathi
eyedwa, uthe kudala efisa ukwenza umsebenzi onjengalona.