Ummeli ubulale umyeni wakhe, wamshumpula 'nenduku'

2018-05-05 10:59

Lagos - Owesifazane eDiamond Estate, eSango-Tedo, eLagosd eNigeria, u-Udeme Odibi, 43, ubulale umyeni wakhe, u-Oyike Odibi, 50.

Lo wesifazane wasika umyeni wakhe isisu, wamshumpula nenduku wakhe waqeda wamunika yona esandleni, konke lokhu kwenzeka embhedeni wabo.

Ngokusho kwesitatimende sokhulumela amaphoyisa aseLagos uChike Oti, isigameko senzeka ngezithuba zabo-07:30 ngoLwesine.

OLUNYE UDABA:Unkosikazi ubulale umyeni wakhe kubangwa imali kabhiya

U-Oti uthe lezi zithandani bezingajabulile emshadweni wazo weminyaka emithathu njengokucabanga kwabantu.

UDeme no-Otike bebengenazo izizngane kodwa u-Otike ubenendodakazi ayithola emshadweni wakhe wokuqala.

Lezi zithandani zombili zingabammeli.

Kuzwakale ukuthi lo wesifazane uzame ukuzibulala kdwa akazange aphumelele njengoba ephuthunyiswe omakhelwane esibhedlela.

Amaphoyisa aphenya isigameko.

 - The Niche

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.