Umndeni kaZuma ungase ungakwazi ukumsiza ngezimali - Umbiko

2016-07-04 10:02

Johannesburg – Ummeli kaKhulubuse Zuma utshele i-Eyewitness News ukuthi ukube uMengameli Jacob Zuma wayefuna imali kuKhulubuse ukuze ezokhokhela isikweletu saseNkandla eminyakeni eyishumi eyedlule, kwakungeke kubeyinkinga lokho.

UKhulubuse njengamanje usenkingeni yezimali ngokwakhe futhi kudingeka akhokhe u-R1.5 billion, yena kanye nabanye abaqondisi, kulandela isinqumo senkantolo ngodaba lwase-Aurora Gold Mine.

Funda nalolu daba: Ayenyuka futhi amanani kaphethiloli

Kodwa umndeni namanje awukasithathi isinqumo mayelana nokuthi kumele yini umsize uMengameli kulandela isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo ngoMashi.

Kunemibiko ethi njengoKhulubuse, amanye amalungu omndeni kaZuma ngeke akwazi ukumsiza uZuma akhokhe imali engu-R7.8 million.

Ummeli kaKhulubuse uthi umuzi akuwona nje okaZuma kuphela kodwa umndeni wonke.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.