Umndeni nohulumeni baqala amalungiselelo omngcwabo kaMadikizela-Mandela

2018-04-03 12:30

Johannesburg – Uhulumeni kanye nomndeni kaWinnie Madikizela-Mandela kulindeleke ukuba baqale benze amalungiselelo omngcwabo ukuze avaleliswe ngesizotha esifanele ubuqhawe abutshengisa ngesikhathi elwela inkululeko yezwe.

UMadikizela-Mandela, 81, udlule emhlabeni eseseibhedlela esiseGoli ngoMsombuluko kanti izindaba zokulala kwakhe unomphela zishaqe umhlaba wonke.

Uzobekwa endaweni yakhe yokugcina ngomhlaka-14 kwephezulu.

UMadikizela-Mandela ukhunjulwa njengomholi obenesibindi futhi owayengasabi ukugxeka i-African National Congress uma izinto sezibheda.

OLUNYE UDABA: Uzongcwatshwa ngokohlelo lukahulumeni uMama weSizwe

Ekhuluma ngemuva kokushona kwenye ingqalabutho yomzabalazo u-Ahmed Kathrada ngonyaka odlule, uMadikizela-Mandela wathi unokwesaba ngekusasa leNingizimu Afrika wathi ukushona kukaKathrada kumaka ukuphela kwelinye ikhasi emlandweni wezwe.

UMadikizela-Mandela waphinde wakhuluma nabezindaba ezwakalisa ukukhathazeka ngendlela abaholi be-ANC abasingatha ngayo izinkinga ezibhekene nabantu bakuleli.

Wazwakalisa ukudangala wathi uKathrada wadlula emhlabeni enenhliziyo ebuhlungu ngenxa yalokhu.

Udaba oluphelele lapha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.