Umndeni ozalwe ubona emehlweni usuphenduke izimpumputhe

2016-07-13 10:01

Johannesburg - Izithandani eziyizimpumputhe zafika eNingizimu Afrika zinethemba lokuthi amehlo azo azovuleka uma sezikuleli.

Kodwa kwakuyinyaka engu-16 edlule ngaleso sikhathi, njengoba namanje uKuyakesse BienVenu,48, nomkakhe uYokamoseka Moseka,46, abahlala eBertrams, eGoli, namanje besayizimpumputhe.

Lezi zithandazni zinakekelwa yi-Jesuit Refugees Services esenkabeni yeGoli.

Izingane zalo mndeni, uRemedy,13, noKuyesse,6), nazo ziyizimpumputhe.

Funda nalolu daba: Kulindeleke avele udokotela osolwa ngokweba imishanguzo

Bonke bazalwa bebona emehlweni kodwa ngokuhamba kwesikhathi bagcina sebeyizimpumputhe.

UKuyakesse wayeseyimpumputhe ngesikhathi ehlangana noYoka eDemocratic Republic of Congo.

Udokotela wamehlo uNiim Azim waseVosloorus, eKurhuleni uthi lo mndeni une-glaucoma kanti kudingeka ubonane nodokotela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.