Umndeni ubhekene ngeziqu zamehlo ngelokungcwaba owawina iLotto

2016-05-23 14:30

eMnambithi – Kumiswe umngcwabo kaLucky Dlamini waseNgwelezane owashona engozini yemoto ngesonto eledlule.

UDlamini bekumele angcwatshwelwe emzini wakhe asanda kuwakha eMnambithi ngoMgqibelo, kodwa lokhu akwenzekanga njengoba kugasele umndeni wakubokayise ufuna angcwatshelwe eNkandla.

UDlamini washona engozini yemoto ngesonto eledlule ngesikhathi imoto yakhe yohlobo lwe-Mercedes ishayisana neveni ehamba nabangani bakhe.

OLUNYE UDABA:Ukhala uyazithulisa owawina iLotto, intombi ‘yamchutha’ yonke imali

UBuddha njengoba ayebizwa ngabangani bakhe wawina iLotto ngo-2014, wakhela izingane zakubo umuzi eMnambithi, wenzela umama wakhe ongasekho kanye noyise umsebenzi wesintu waphinde wanikela nakumalumekazi wakhe waseNgwelezane owamkhulisa.

Kuthiwa lesi sichomane sanyamalala emsebenzini isonto lonke ngesikhathi siwine iLotto saqhamuka nonyanyavu lwemoto i-Range Rover Evoque ebhalwe ukuthi “Le Good Life”, okuhle ngaye wukuthi wabuyela kumqashi wakhe wayonikela ngemadlana embonga ngakho konke amenzela kona.

-ISOLEZWE NGESONTO

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.