Umndeni ukhathazekile ngokuhamba kancane kwecala

2017-01-25 07:50

Johannesburg – Izihlobo zomndeni walowo owayeyilungu lebhodi leSABC owabulawa, uHope Zinde, udumele ngendlela elihamba kancane ngayo icala.

UMark Warona Zinde, 23, oyindodana kamufi, uvele kafuphi eNkantolo yeMantshi yaseBrits ngoMsombuluko.

Umshushisi uHanna Conradie ucele ukuba icala liqhubeke kusasa (ngoLwesithathu) uZinde agcinwe esiteshini samaphoyisa eBrits.

Ngesikhathi uZinde efika enkantolo ntambama, ummeli wakhe uFrancois Joubert ubesehambile.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uzidubule wazibulala ngesibhamu somyeni oyiphoyisa

Umalume wakhe uNdima Zinde uthe udumele ngokuhamba kancane kwecala.

"Kusukela ngonyaka odlule bekwaziwa ukuthi uzovela enkantolo namhlanje. Akukwazi ukuthi baze bakhumbula namhlanje ukuthi kumele bayomlanda,” usho kanje.

"Kuyasilimaza ephaketheni lokhu ngoba njalo uma ummeli wethu eza enkantolo, kumele simkhokhele.” 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.