Umndeni uqinisekise isithombe sikaZuma nentombazane

2016-07-14 14:33

Durban – Isithombe sentombazane ebonakala iqabula uMengameli Jacob Zuma ngesangempela, kusho umndeni ngoLwesibili.

"Udadewethu. Yini ebhedayo uma ubaba wami eqabula indodakazi yakhe?  Akukho okubhedayo ngesithombe,” kusho indodana endala kaJacob Zuma, u-Edward Zuma.

Funda nalolu daba: Kushone izingane ezimbili kugingqika imoto

Ngesikhathi ebuzwa ukuthi ngabe nayo izalwa uZuma ngqo yini, u-Edward ugcizelele ukuthi ngudadewabo.

Indodana kaZuma ithe u-Facebook okufakwe kuwona izithombe akuwona owale ntombazane, igama elisetshenziswe kuwona akulona elayo langempela kanjalo neminyaka.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.