Umndeni usola isoka ngokushaya libulale intombi eWitbank

2018-03-15 09:30

KamaQhekeza – Amaphoyisa athungatha owsilisa okukholakala ukuthi washaya wabulala intombi yakhe eWitbank, kubika iMpumalanga News.

USindi Ceko ubesebenza njengomhlengikasi eWitbank utholakale edindilizile kwamalume wakhe.

Ngokusho kukamfowabo uThemba Ceko, udadewabo wahamba ekhaya eNew Village eNkomazi ebheke eJackaroo Park, Witbank lapho abehlala khona nomalume wabo.

OLUNYE UDABA:Zimkhalele owesifazane obulale usana ngokuludlokodla ngenduku esithweni sangasese

Umfowabo uthi ngoMsombuluko ebusuku kwafika isoka lakhe baba nengxabano lamshaya laze lambulala.

Kuthiwa leli soka lasuka lapho lacindezela inkinobho ye-alamu kodwa onogada bafika bathola lo wesimame eseshonile.

Kuthiwa umsolwa lo ungowaseNaas eNkomazi kodwa usebenzela eWitbank, lo mndeni unxusa abangaba nolwazi ngaye nokuthi ukuphi baxhumane namaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.