Umndeni uthi uyamxolela owesilisa owabulala abashana efuna ingcebo

2018-03-29 14:01

eThekwini - Umndeni wowesilisa ogwetshwe odilikajele abane ngokubulala abashana bakhe abane uthi uyamxolela ngalokhu akwenza.

UPhakamile Mbele ongudadewabo kaBen Mbele ogwetshwe eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ngamacala okubulala abashana bakhe uthe bamxolele futhi okujabulisayo wukuthi ngeke besambona emagcekene akubo.

“Sixolile ngalokhu akwenza ngoba noma ngabe singaxolanga kodwa akukho esingakwenza ukubuyisa izingane. Sijabulile ngesigwebo asitholile kanti manje sesifuna ukutthola izicubu zezingane ukuze sizifake lapho ezangwatshwa khona,"kusho yena.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa azophuma ngobuningi bawo ngale mpelasonto

IPhephandaba iSolezwe likhulume nobabekazi wezingane ezimbili ezabulawa wavele wakhihla isililo phandle kwenkantolo ngemuva kokugwetshwa kwalo mlisa.

Uthi umhowabo onguyise walezi zingane naye usashona, futhi kubuhlungu ngoba nazo kazisekho emhlabeni.

"Kusenzima ukwamukela ukuthi zabulawa umalume wazo ngale ndlela. Sijabule ngesigwebo esikhishwe yinkantolo yize kusebuhlungu,” kusho uMbali Mthuli ongubabekazi kaLwandile noSphindile.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.