Umndeni uzonikwa imiphumela yolibofuzo kulandela ukutholakala kwesidumbu

2017-01-30 14:32

Johannesburg – Umndeni wowesifazane waseHammanskraal owashiswa wabulawa ‘yisoka’ lakhe, kulindeleke uthole imiphumela yolibofuzo namhlanje.

Iziphathaimandla zisola ukuthi isoka likaMeisie Molefe lafihla isidumbu sakhe emzini wakwaTemba ngo-Okthoba wangonyaka odlule.

Ngokuhamba kwesikhathi wabikela amaphoyisa ukuthi sinyamalele isisulu kodwa kwasolwa yena ngokunyamalala kwaso.

OLUNYE UDABA: Ushonile umfana ominze emfuleni

Ithimba labaphenyi lathola isidumbu emasontweni amabili edlule ngemuva kokuba umsolwa evumile ukuthi uyena owasigqiba.

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi eGauteng uNandi Mayathula-Khoza uvakashele umndeni, wathembisa ngokuwulekelela ngezindleko zomngcwabo. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.