Umndeni waseDumbe usola ikhansela ngokudla imali yomngcwabo

2016-05-05 12:31

Durban – Usale ubalisa umndeni wakwaNdlangamandla, eDumbe, okhala ngekhansela lendawo uMajuba Mavuso ngokudla imali yomngcwabo welinye ilungu lawo.

Kuthiwa uMaziyane Ndlangamandla washona ngonyaka odlule, kubika iLANGA.

Ilungu lomndeni, uLindeni, uthi umfowabo watholakala eshonile emakhazeni aseDundee, ngenxa yokweswela amandla okumfihla bacela usizo kosonhlalakahle base beyalelwa uMavuso.

Uthi bayithola imali kwathiwa inikezwe uMavuso, kwathi sebedinga ukuyisebenzisa wabatshela ukuthi kukhona okuncane asakulungisa.

OLUNYE UDABA: Lisinde ngokulambisa ikhansela izigebengu zizama ukuduna imoto yalo

Kwathi uma esefonelwa futhi uMavuso, akazange atholakale ocingweni, kuthi uma ethintwa ngenye inombolo – uma ezwa ukuthi yilo mndeni ubevele aluvale ucingo.

Uthi baze baya kumashonisa ngoba bebona ukuthi uMavuso udlala ngabo: “Kumanje sicwile ezikweletini.”

UMavuso uthe akawazi lo mndeni, wathi usola ukuthi kunabantu abafuna ukudicilela phansi igama lakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.