Umngani nguye okhombise amaphoyisa lapho asingcwaba khona isidumbu

2017-01-30 14:33

Cape Town - Isidumbu sowesimame obelahlekile, uNicola Pienaar, sitholakale singcwatshwe emzini wowesilisa obhekene necala lokumbulala.

Lo mlisa, 32, uyena onikeze amaphoyisa umkhondo obuwakhomba emzini wakhe osePaarl.

Ngokusho kukaCaptain FC van Wyk ithimba labaphenyi lifike kulo muzi lihama nomsolwa okunguyena obakhombise lapho engcwabe khona isidumbu sikaPienaar.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu sowesifazane sesonakele eThekwini

UPienaar, 28, walahleka ngomhlaka-5 kuJanuwari esanda kuhamba ekhaya ngemoto yohlobo lwe-Peugeot.

Umama wakhe wavula icala ngokulahleka kwakhe kanye nelokudunwa kwemoto yakhe ngomhlaka-8 kuJanuwari.

Umngani wakhe uJacobus Oosthuizen, 32, ubhekene necala lokuduna, ukukhwabanisa kanye nokubulala.

Lo msolwa uzovela eNkantolo yeMantshi yasePort Elizabeth ngoLwesine.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.