Umnikazi wepulazi ufuna umndeni umbe ithuna lengane

2016-05-09 17:02

Durban – Usadidekile umndeni waseNhlungwane, eDumbe, njengoba umnikazi wepulazi abahlala kulo ethi abambe ingane akade beyingcwaba ngoMgqibelo owedule.

Lo mndeni waseSilverton Farm kade ungcwaba uNokwanda Mkhwanazi, 7, lo osekuthiwa awumumbe, kubika iLANGA.

Ubaba kaNokwanda, uZakhele Shabalala, uthi akazi uzokwenzanjani njengoba sekucaca ukuthi nomsebenzi wakhe usengcupheni ngoba usebenzela umnikazi wepulazi.

Uthi wamumisa emsebenzini ngoMsombuluko owedlule wathi uyobuya mhla amba ingane yakhe epulazini lakhe.

OLUNYE UDABA: Siboshiwe isangoma ebesimba ithuna

Umama kaNokwanda, uDuduzile Mkhwanazi, uthi basadidekile bewumndeni ngoba kade baqala ukuhlala kuleli pulazi futhi abaqali ukungcwaba kulo.

OwoMnyango wezeMihlaba, uSipho Dlamini, uthe bebengakezwa lutho ngalolu daba wathi umndeni kumele usondele ngasemahhovisi khona uzothola usizo.

Imizamo yokuthola umnikazi wepulazi iphunzile njengoba ucingo lwakhe belukhala lungabanjwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.