Umnotho wakuleli uyaqhubeka nokukhula kancane

2016-12-06 13:33

Johannesburg - Umnotho waseNingizimu Afrika uyaqhubeka nokukhula kancane njengoba imikhakha eminingi ilinyazwa yizimo ezingezinhle zakuleli nakwamanye amazwe.

Esigabeni sesithathu sonyaka umnotho wehlele ku-0.2% uma kuqhathaniswa no-3.3% owakhula ngawo esigabeni sesibili.

Embonini yezinto eziyimikhiqizo umnotho wehle ngo-3.2%.

OLUNYE UDABA: UKhisimusi usheshe wafika kubashayeli bezimoto

Oyi-Chief Director of National Accounts kwiStats SA, uMichael Manamela, uthi: "Ezigabeni zonyaka eziyisikhombiza ezedlule ngesikhathi izinto zingahambi kahle irandi belenza okwehlukile futhi laqina.

IStats SA ithe ukwehla komnotho embonini yemikhiqizo kudalwe ukwehla kwemikhiqizo kaphethiloli, namakhemikhali kanye nensimbi.

I-StatsSA ithe embonini yezolimo, amahlathi nezokudoba sekuphele izinyanga eziyisikhombisa zingenzi kahle, kubika iSABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.