UMnyango ugxeke isenzo sikanesi wodumo lwe-video osebenzela ePinetown

2017-11-09 11:00

Johannebsurg - UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal ukugxekile ukuziphatha komhlengikazi obonakala kwi-video ehlukumeza iziguli.

Le video yalo nesi isabalale ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuvela ukuthi lesi siguli kasisekho emhlabeni.

Kule video, lo nesi waseSt Mary's Hospital ePinetwon uzwakala ekhuluma sakuhlambalaza nalesi siguli esitshela ukuthi asihlale ngezinqa esibuza nokuthi sizimisele ngokugqoka amanabukeni kuze kube yinini.

"Hlala ngezinqa wena, ha ha ha, musa ukuganga wena," kuzwakala lo nesi esho kule video ebhekise kulesi sihuli.

OLUNYE UDABA:BUKA: Unesi 'ehlukumeza' isiguli esibhedlela esisePinetown

Esitatimendeni, uMnyango uthe i-video itshengisa unesi ekhuluma nnesiguli "ngendlela engatshengisi ukuzwelana naso". Lo nesi uphinde abonakale eshintsha isiguli inabukeni ngaphandle kokuvala ikhethini.

"Ukuziphatha okunje akuhambisani nemigomo yeBatho Pele nokuziphatha kwabezempilo."

UMnyango uyasiphenya lesi sigameko kanti uthi uzothatha izinyathelo.

Le video ithathwe ngesinye isiguli ebesilele ngaphesheya kwalesi ebekukhulunywa naso.


 - eNCA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.