Umnyango ukhathazekile ngokugqekezwa kwesikole eKapa

2018-05-05 12:08

Cape Town - UMnyango wezeMfundo eWestern Cape uphakamise ukukhathazeka kwawo kulandela ukucekelwa phansi kwesokole esiseBonteheuwel, eKapa.

Isikole iProtea Primary sigqekezwe ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA:Abazali besabise ngokushisa isikole uma singalungiswa

Okhulumela uNgqongqoshe wezeMfundo uJessica Shelver uthe: "Izigilamkhuba zeqa uthango, zagqekeza iminyango namawindi ekilasini okufundela kulo u-grade R, zathatha izinsizakufunda zabafundi, zacekela phansi ikilasi zaphinde zakakela kosinki."

Iziphathimandla zithi alikhalanga i-alamu ngesikhathi kugqekezwa njengoba beselidinga ama-battry amasha.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.