UMnyango uphawula ngolwezidumbu ezichitheke kuM1

2017-11-15 19:07

eGoli - UMnyango wezeMpilo eGauteng usuphawulile ngodaba lokuchitheka lwezidumbu emgwaqeni omkhulu u-M1 eGoli.

ULesemang Matuka okhulumela lo Mnyango uthi baxolisa kakhulu ngalokhu okwenzekile. 

"UMnyango wezeMpilo eGauteng uxolisa kakhulu ngalokhu okwenzeke ekuseni ngo-09:45 emgwaqeni uM1 eGoli. Yize kunjalo siyakuthokozela ukuthi abekho abalimele ngesikhathi kwenzeka lokhu," kusho yena.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Kuchitheke izidumbu ku-M1 eGoli imoto yazo iphuma isondo

UMatuku ukuqinisekisile ukuthi bezingu-42 izidumbu ebezidonswa ngenqola futhi wagcizelela ngokuthi ithimba leGauteng Forensic Pathology Services limatasa nemizamo yokuthola ezokuthutha ezizohambisa lezi zidumbu lapho ebezilibangise khona.

"UMnyango uzophenya ngokuthi kungani lezi zidumbu bezidonswa ngenqola evulekule," kusho yena.

Lo mgwaqo usavaliwe kusukela ekuseni njengoba bezingakasuswa izidumbu kulo mgwaqo kanti kudaleke esikhulu isiminyaminya ngalokhu.

Kunxuswe abashayeli baseGoli ukuba basebenzise eminye imigwaqo njengoba kungakacaci ukuthi uzovulwa nini umgwaqo, kubika i-IOL.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.