Umnyango usavuliwe kulawo malungu e-ANC ashiya - Mbete

2017-12-14 19:18

Johannesburg - USomlomo wePhalamende uBaleka Mbete uthi noma ngabe ngubani owashiya i-ANC wamukelekile ukuba abuye – ngisho nomholi we-EFF uJulius Malema.

UMbete ubekhuluma ngaphambi kwengqungquthela ye-ANC yokukhetha ubuholi ezoqala ngoMgqibelo.

Engxoxweni abenayo ne-SABC, uMbete uthe nakuba iminyango uvuliwe kulabo abahamba, i-ANC ngeke iwabekezelele amalungu azenzela ukuthanda kwawo.

OLUNYE UDABA: UZuma ufake isaziso sokuphikisa isinqumo senkantolo

Uthi: “Ngeke wakwazi ukubhekana namalungu enhlangano yakho aqhubekayo nokungalaleli, aqhubekayo nokuphuma endleleni, angalandeli izinhlaka zeqembu.”

Ebuzwa ukuthi noJulius Malema ngabe wamukelekile yini ukuba abuye uma efisa, uthe: “Yebo, kunani kanti, ngingamukela noma ngabe ubani owashiya i-ANC,” kusho uMbete.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.