UMnyango wezeMfundo eKZN unconywe kakhulu ngohlelo lwama-pads

2017-02-01 11:30

Durban - Unconywe kakhulu uMnyango wezeMfundo kwaZulu-Natal ngohlelo lokunikezela ngemaqekelo (pads) kubafundi ukuqinisekisa ukuthi akekho umfundi ophutha esikoleni ngenxa yokuthi usesikhathini.

Lo Mnyango ukhiphe isitatimende sokuthi uzonikezela ngemishuqulo yangaphansi kumantombazane enza uGrade 4 kuya kuGrade 12, ezikoleni ezingu-3 000.

OLUNYE UDABA:UMnyango wezeMfundo uphika izinsolo

“Umfundi ngamunye uzothola iphakethe lakhe njalo ngenyanga, le mishuqulo izokhishwa othishanhloko noma isisebenzi esizoqokelwa ukwenza lo msebenzi," kuqhuba isitatimende.

Lolu hlelo seluqalile kanti uMnyango uthi imali yokuthenga la maqekelo ngeke ithathwe emalini yezikole.

Nasi isitatimende:

I’m reading KZN Distributes Free Pads on @Scribd #ReadMore https://t.co/ofkOrAFNxd

— #Siyazithamunda (@NduNhlapo) February 1, 2017 ong>

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.