UMnyango wezeMfundo uthi awunazo izinhlelo zokubhekana nokuphazamiseka kokufunda

2017-09-08 10:59

Johannesburg - UMnyango wezeMfundo eLimpopo ngonyaka odlule wathwala kanzima ubhekene nokuphazamiseka kokufuna ngenxa yemibhikisho yezakhamuzi ezazingafuni ukungena ngaphansi kukamasipala omusha.

Zingaphezu kwezingu-20 izikole ezashiswa noma ezacekelwa phansi ngaleso sikhathi.

Manje, izikole kanye namabhizinis kuphoqelekile ukuba kuvalwe futhi, njengoba izakhamuzi zikhala ngokuthi uhulumeni wehlulekile ukufezekisa izithembiso ezenziwa uMengameli Jacob Zuma.

OLUNYE UDABA: Izindodakazi izibonele ngawayo kubulawa unina

Okhulumela uMnyango wezeMfundo eLimpopo uNaledzani Rasila uthi: “Asinazo izinhlelo ukubhekana nokuphazamiseka kokufunda. Asikaze sibeyinxenye yombhikisho futhi asazi lutho ngawo.”

NgoLwesine, izakhamuzi kanye nohulumeni behlulekile ukufinyelela esivumelwaneni sokuqeda umbhikisho.

IMakhado Task Team ithi akukho osekwenziwe selokhu uMengameli Zuma ahambela le ndawo ngoMeyi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.