UMnyango wezeMpilo eLimpopo ubheda kakhulu

2016-11-16 14:32

Johannesburg – Kubikwa ukuthi isimo sezimali kumnyango wezempilo eLimpopo nase Free State asdihambi kahle.

Lokhu kubonakale ngokwehla kwezinga lokulawulwa kwezimali ngesikhathi kukhishwa umibiko wokucwaningwa kokusebenza kwezimali ngonyakamali ka-2015-2016 uma kuqhathaniswa nonyakamali ka-2014-2015.

Izinga lokulawulwa kwezimali eLimpopo lehle lisuka kumaphesenti amane kwimibiko engenasici ka-2014-2015.

OLUNYE UDABA: UMvikeli omusha uthi awukezuphuma umbiko othinta abakwaGupta

Zikhona izifundazwe ezenze kahle kakhulu njengesifundazwe saseNorth West ngokuthola amaphesenti ayisishiyagalolunye wombiko ongenasici.

Le mibiko ivezwe yilowo oyi-Auditor-General (AG), uKimi Makwetu, ngoLwesithathu ekuseni ePhalamende.

UMakwetu uthe ubuholi obuntekenteke kanye nokungakwazi ukwengamela ngendlela umsebenzi yikona okwenza kubenzima ukuthola umbiko ongenasici.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.