Umnyango wezokuthutha uthi izingozi zingagwemeka ngokushayela kahle

2016-12-25 11:00

Cape Town - UMnyango wezokuThutha eWestern Cape uzolekelela amaphoyisa ngophenyo lwengozi edlule nemiphefumulo engu-13 eduzane naseWorcester.

Kulimale kanzima abantu abathathu esibhedlela, kubalwa nomfana, 3, bangeniswa esibhedlela kulandela ingozi eyenzeke phakathi klwaseWorcerster naseDe Doorns ngoMgqibelo ekuseni.

OLUNYE UDABA:UMnyango nezindlela zokugwema izingozi

Ingozi yetekisi  nebhasi ibeke isibalo sabantu abashone ezingozini eWestern Cape ku-117 selokhu kwaqala inyanga kaDisemba.

Kunxuswa ukuba abashayeli bashayele ngokucophelela emgwaqeni kanti futhi kuthiwa izigameko ezifana nalesi esenzeke eWorcester zingagwemeka gnokushayela kahle emgwaqeni.

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.