UMotlanthe ucele uZuma ukuba acabangele izwe, ehle esikhundleni

2017-04-04 12:37

Johannesburg - Lowo owayenguMengameli wezwe, uKgalema Motlanthe, usejoyine izihlangano ezizimele, imifelandawonye yabasebenzi kanye namaqembu aphikisayo ngekhwelo lokuba uMengameli Jacob Zuma acabangele izwe laseNingizimu Afrika, ehle esikhundleni.

Isicelo sakhe usenze engxoxweni abenayo neBloomberg kulandela isinqumo seStandard and Poor sokwehlisela iNingizimu Afrika esigabeni esingesihle somnotho, kulandela ukuba uZuma exoshe uPravin Gordhan njengoNgqongqoshe wezeziMali.

OLUNYE UDABA: I-DA iyaphikisana nesinqumo se-ANC sokwenyusa imali yokugibela eThekwini

UMotlanthe uthi ukwehluleka kwe-African National Congress ukulandela izinkolelo zayo ngentando yabantu ngaphansi kukaZuma kanye nesinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo sokuthi wephula isifungo sakhe njengoMengameli kukhomba ngokusobala ukuthi uZuma akumele abe nguMengameli wezwe.

UMotlanthe uphinde wathi uZuma akabonakali njengomuntu ocabangela izwe futhi ubonakala njengomuntu othatha izinqumo ezingaphusile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.