UMotshekga uzobamba umhlangano ophuthumayo nezikhulu zoMnyango ezweni lonke

2018-03-22 11:01

Johannesburg – UNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga uzobamba umhlangano ophuthumayo nezikhulu kwezemfundo, okubalwa kuzona oNgqongqose bezemfundo ezifundazweni kanye nezihloko zoMnyango ukudingida ngesimo sengqalasizinda engeyinhle ezikoleni zakuleli njengokomyalelo kaMengameli.

Lokhu kulandela isikhalo esabangelwa ukushona kwengane yentombazane eneminyaka emihlanu ubudala, eyaphonseka emgodini wendlu yangasese e-Eastern Cape ngeledlule.

UViwe Jali wayefunda eLuna Primary School, eBizana, kanti waphonseka emgodini wethoyilethi ngoLwesibili olwedlule waze watholakala ngakusa.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa aseMtuba acela ukufuniswa izihlobo zoshonile

Isigameko senzeka ngesikhathi ithimba leNational Council of Provinces lise-Eastern Cape ukulandelela ukuthi ziyalandelwa yini izincomo abazenza ngo-2016.

UMotshekga uthi ukushona kwengane ngale ndlela akwamukelekile futhi kuyakhathza.

UMengameli Cyril Ramaphosa wanqumela uMotshekga izinyanga ezintathu ukuba abhekisise le nkinga bese ebuya nombiko.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.