UMotsoaledi uthi eyakwa-Gupta ibifana nekhadi lasebhange lokukhipha imali kwi-ATM

2018-03-02 16:01

Johannesburg – UNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Aaron Motsoaledi usechaze inkampani emataniswa nomndeni wakwaGupta, iMediosa, njengenkampani edla izimali zikahulumeni.

IMediosa kuthiwa yakhokhelwa imali engu-R30 million ngaphambi kokuba yenze umsebenzi eMnyangweni wezeMpilo eNorth West, yaphinde yanikezwa omunye futhi u-R10 million nguMnyango wezeMpilo eFree State ingakawenzi nhlobo umsebenzi nalapho.

"Ngidumele kakhulu. Ngoba lokhu bekungamele kwenzeke ezweni lethu. Lo umsebenzi esingawudingi. INingizimu Afrika ayiwudingi lo msebenzi wabo,” kusho uMotsoaledi.

OLUNYE UDABA: Bavelile ababulala owesilisa oneminyaka engu-34 ubudala

"Empeleni ngicabanga ukuthi ngizobe ngingaphambuki uma ngithi le nkampani ifana nekhadi le-ATM ebelisetshenziswa abakwaGupta ukukhipha imali eMnyangweni wezeMpilo.

“Ngeshwa ayikho enye indlela engingachaza ngayo le nto. Lo msebenzi wabo ufana nekhadi lasebhange lokukhipha imali kuhulumeni,” esho.

Babalelwa kwabangu-140 abasebenzi ebebesebenzela le nkampani abangaholelwanga ekupheleni kukaFebhuwari.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.