Umphakathi ubulale obesolwa ngelokubulala

2016-07-11 14:31

Johannesburg – Owesilisa osolwa ngokubulala obesolwa ngokuthakatha, ubulawe wumphakathi eRotterdam, ngaseGiyani, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoMsombuluko.

Kuthiwa le ndoda bese kuphele isikhathi ibalekela ingalo yomthetho, kubika iCitizen.

Amaphoyisa athi akwazile ukubopha amadoda amabili ayehamba nomufi kulandela ukubulawa kwesalukazi, 82, esokhelwe ngomlilo ngempelasonto.

OLUNYE UDABA: Umphakathi ubulale osolwa ngokubamba inkunzi

“Kusolakala ukuthi abasolwa bathatha ngendluzula lesi salukazi basiyisa komunye umuzi lapho bafike basibulalela khona ngoba besisola ngokuhambahamba,” kusho owamaphoyisa uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe.

UNgoepe uthi amalungu omphakathi abe esebamba umsolwa wesithatha ngeSonto ahamba naye aya emathuneni, lapho efike amthungela khona ngomlilo ngemuva kokumshaya.

Uthe bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.