Umphakathi uphahlaze umuzi wekhansela ngamatshe

2016-07-22 16:04

Pietermaritzburg - Kulamule abakwazidlodlo umphakathi uphahlaza umuzi wekhansela lakuWadi-17 eMbali.

Bewalinganiselwa ku-200 amalunga omphakathi ahlasele umuzi wekhansela ngesikhathi ebhikisha.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa ikhansela le-ANC - Umbiko

Ikhansela uPhilisiwe Sithole uze wabiza amaphoyisa angenelele ngoba umphakathi ubungalawuleki.

Elinye ilunga lomphakathi elikhulume ne-Eyethu News lithe uSithole wabiza umhlangano womphakathi ewuthembisa ukubaxhumanisa nabantu bakwamasipala ngodaba oluthinta imisebenzi.

“Sathi silinde abakwamasipala ayebasho kwaqhamuka abantu baseMbali Unit 2 futhi abangasebenzi nabo abasikhulumela into esingayizwa abagcina sebegonyuluka besho iqiniso lokuthi bona abasebenzi kade besula kumasipala,” kuchaza lona.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.