Umphakathi uthi azingadedelwa izinkabi ezibulala abantu kwaShukela

2017-10-30 19:32

EJozini  - Izakhamuzi zasendaweni yakwaShukela eJozini zimashele enkantolo kamantshi endaweni zikhala ngokuhlaselwa kwezakhamuzi okukhulakala ukuthi zihlaselwa yizinkabi.

Lezi zakhamuzi zifuna bagqunywe esitokisini abasolwa abane abasolwa ngokuqoba owesimame phambi komyeni wakhe.

Kukholakala ukuthi ababili balaba basolwa yizinkabi ezaziqashelwe ukubulala uNtombenhle Mabika, kanti laba abanye ababili bona bahlobene noMabika futhi yibona abamakhela uzungu.

La basolwa sebevele kathathu eNkantolo kaMantshi yaseJozini kodwa icala labo lahlehliselwa uMsombuluko.

Umthombo wephephandaba iZululand Observer uthi uMabika waqotshwa amadoda amabili ngobhushu ngoLwesine mhlazingu-21 kuSepthemba nonyaka.

OLUNYE UDABA: Uselala obenyoni umasikandi ‘othengelwe izinkabi’

“Siyazi ukuthi umthetho uthi umuntu umsulwa aze atholakale enecala, kodwa asibafuni kule ndawo, sinxusa inkantolo ukuba ingabaniki ibheyili futhi bathole udilikajele,” kusho lo mthombo.

Lo mthombo uthi uMabika wabulawa ngenxa yombango womhlaba oqhubekayo kuleya ndawo, kanti futhi sebangu-8 abantu asebabulewe kulo mndeni njengoba uqhubeka lo mbango.

“Kuthiwa umuntu okunguyena owaqasha izinkabi ukuba zibulale wazikhokhela imali engango-R2 500 ukwenza lo msebenzi. Bonke laba basolwa bakhokhelwa ngemali esuka kwi-akhawunti eyodwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.